Kulungile Baba

S'fiso Ncwane

Letra da Música


Ouvir música com robot
Baba kulungile ma kutintando
Yakho okwenzek'ezimpilweni zethu
(Kulungile baba)Kulungile ke baba
E-kulungile somandla
Kulungile ke, baba
E-kulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke baba)Kulunge konke somandla
E-kulungile ke baba
Makuyintando yakho baba
E-kulungile ke babaKonke okwenzekaya makuyintando yakho somandla
Ye kulungile ke somandla, kulungile ke
Makuyintando yakho somandla
Konke okwenzekaya ezimpilweni zethu kulungile keNoma kukubi noma kukuhle kulungile
Kodwa makuyintando yakho
Makuvhume wena
Noma ukholo lwethu belunyakazisa babaNoma imvungumvungu zifika
Kulungile ke
Kulungile ke somandla
Kulungile makuvhume wenaKulungile oh
(Kulungile ke baba)
Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu ezimpilweni zethu
Kodwa kulungile
Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu, ah!Kulungile ke baba
Noma kubuhlungu, kodwa kulungile
Lalela!Ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke
Makuyintando yakhe kulungile ke
Nom'omakhelwana behlekisa ngawe
Kodwa makuyintando yakhe, kulungileNoma sebehleka ngawe, behleba ngawe kulungile ke, ah!
Ngithi noma ushado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi
Makuyintando yakhe yena
Kulungile baba ah!Kulungile
Noma umsebenzi usukuphelele
Kodwa makuyintando yakho
KulungileAh! Uyazi ulala ungadlile ekhaya
Kodwa kulungile ke
Makuyintando yakho baba kulungile
Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yakhe
Mus' ukukhala, usukhala usatane uzojabulaEh kulungile baba
Kulungile baba
Kulungile somandla
Makuyintando yakho baba
Baba makuvhume
Wena ngempilo zethu, kulungile keKulungile baba
Kulungile ah!
Mus'kukhala, mus'kukhala
Sul'inyembezi ah!

Se você conhece o(s) compositor(es) dessa música colabore com nossa comunidade eviando as informações agora mesmo!

Mais ouvidas de S'fiso Ncwane

Ver todas as músicas de S'fiso Ncwane

Envie mais letras de S'fiso Ncwane

 

Assista o vídeo de Kulungile Baba

 

Ouça músicas de S'fiso Ncwane

Imagem de S

Baixar Músicas S'fiso Ncwane (iTunes)


    Siga nosso Instagram!

    5.0 de 5 estrelas

    Música - Kulungile Baba

    Equipe Baixar.mus.br - 16/07/2022

    Kulungile Baba Música de S'fiso Ncwane.

    Se você encontrou alguma informação errada, por favor fale agora mesmo com a gente!